Letra Amavaka de Phuzekhemisi

Letra de Amavaka

Phuzekhemisi


Amavaka
Phuzekhemisi
(0 votos)
Ngaloke ngidlala lelivaka leli lithi lizongshaya nge ngoma lish′ umuthi
Ngaloke ngidlala lelivaka leli lithi lizongshayalitshel' abantu
Ngingalokhu ngidlala lelivaka leli lithi lizongshaya nge ngoma lish′ umuthiNgeke ngishaywe amagwala mina ngeke ngishaywa mawala weh ma

(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash' obani?)
(Salokho sidlal′ amavaka athi azosishaya ngoma ash′ obani?)
(Salokho sidlal' amagwal athi azosishaya ngoma ash′ obani?
Ngisalokhu ngidlala lelivaka leli lithi lizongshaya nge ngoma weh ma
(Salokho sidlal' amagwal athi azosishaya ngoma ash′ obani?
Ngeke ngishaywe amagwala mina ngeke ngishaywa mawala weh ma
(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash′ obani?)
Ngeke ngishaywe amagwala mina ngeke ngishaywa mawala weh ma
(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash' obani?)

Zasha phela Phuzekhemisi madoda
Aw wayhlaba ngempela umfoka Majazana amnyama madoda
Khona phansi le Nsepheni langzalwa khona
Umful′ engiwphuzayo ng′phuz' uMakhoya-Kade
Khona ka Dumisa eMkhomazi
Ngangilokhe ngibatshela kancane
Bethi bayoybamb′ iMumba isemgodini
Ngathi ningaythinta bafana iyonlimaza mayke yaphuma
Bathi bayshumpul' umsila iMumba kanti ababoni bayfaka amazinyo
Hhop!

Ngingaloko ngidlala leligwala leli lithi lizongshaya nge ngoma lish′ umuthi
Ngingaloko ngidlala levaka leli lithi lizongshaya nge ngoma lish' umuthi
Ay mina angshayw′ amagwala min'angeke ngishayw' igwala weh ma
Ay mina angshayw′ amagwala min′angeke ngishayw' igwala weh ma
(Salokho sidlal′ amavaka athi azosishaya ngoma ash' obani?)
Ngingalokho ngidlala leligwala leli lithi lizongshaya nge ngoma lish′ umuthi
(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash′ obani?)
Ngingaalokhu ngidlala lelivaka leli lithi lizongshaya litshel' abantu
(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash′ obani?)

Mina angshayw′ amagwala min'angeke ngishayw′ igwala weh ma
(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash′ obani?)
Mina angshayw' amagwala min′angeke ngiidlal' amagwala weh
(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash′ obani?)
Ngingaalokhu ngidlala lelivaka leli lithi lizongshaya litshel′ abantu
(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash′ obani?)

(Salokho sidlal' amavaka athi azosishaya ngoma ash′ obani?)
Ngingaalokhu ngidlala lelivaka leli lithi lizongshaya litshel' abantu
(Salokho sidlal′ amavaka athi azosishaya ngoma ash' obani?)
Ngingaalokhu ngidlala lelivaka leli lithi lizongshaya litshel' abantu
(Salokho sidlal′ amavaka athi azosishaya ngoma ash′ obani?)


Comparte Amavaka! con tus amigos.


Que tal te parece Amavaka de Phuzekhemisi?
Pesima
Mala
Regular
Buena
Excelente