Cancion : Ancestors Artista : Mlindo The Vocalist Album : Emakhaya Url : https://www.letras10.co/letra-ancestors-de-mlindo-the-vocalist [Chorus] Ndlu ka Senzangakhona vukani, musan' ukulala Amakhehla ashis' imphepho emsamu Izangoma zilahla amathambo zibhule Ndiyazazi ndisisoni mna Kodwa baba hai ndicel' ungandilibali m'na Ndicel' ungandilibali m'na [Verse 1] Kuyobanini umama 'ami ehlupheka Kuyabanini abantwana besogola Indlu emnyama iphenduk' inhlekisa umhlaba wonke Kuyobanini umama 'ami ehlupheka Kuyabanini abantwana besogola, hai Indlu emnyama iphenduk' inhlekis' umhlaba wonke Kanti wena Baba uphendula abanjani? Kanti wena Baba uphendula abanjani? Umama uyanikela imihla yonke, imithandazo yakhe ayiphenduleki Amadlozi ngibone ngathi wona asilahle wona Andazi noma ubone ekhona, hai Amadlozi ngibone ngathi wona asilahle wona Andazi noma ubone ekhona [Chorus] Nihluka nisenza ngakhona vukani, musan' ukulala Amakhehla ashis' imphepho emsamu Izangoma zilahla amathambo zibhule Ndiyazazi ndisisoni mna Kodwa baba hai ndicel' ungandilibali m'na Ndicel' ungandilibali m'na [Outro] Yeeee, yeah! Shubebe, shubebe Baba hai siyashweleza ========================== Letra descargada de Letras10.co ==========================